Khanyile Clan Names

Khanyile Clan Names

  • Sothole,
  • S'tshopo,othi udl'inkomo kanti udl'impisi,
  • Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
  • Odl'isinkwa esinothotho,
  • Mahamba kancane Sogodi,
  • Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
  • Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
  • Ntunjwa kaLanga,
  • Mthiyane,
  • Ndwandwe,
  • Zikode, Mabhuqa,
  • Ngwane,
  • ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
  • Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Khanyile Whatsapp / call: 061 868 5163


Izithakazelo zakwa Khanyile  Khanyile Clan Praises

Izithakazelo zakwa Khanyile  Khanyile Clan Praises


Prices:
t-shirt: R200
Hoodies: R400